Jump to content

Ubudlova obenziwa kwabesifazane

Mayelana Wikipedia

Incazelo

[hlela | Hlela umthombo]

Amathuluzi amaningi aphesheya ahloselwe ukuqeda ubudlova obenziwa kwabesifazane kanye nobudlova basekhaya asungulwe yizinhlangano ezihlukahlukene zamazwe omhlaba. Lezi ngokuvamile ziqala ngencazelo yokuthi iyini ubudlova, kanye nesiphakamiso sokulwa nabo. I-Istanbul Convention (Isivumelwano soMkhandluWase-Yurophu esiphathelene nokuvimbela nokulwa nodlame olunhekiswe kwabesifazane nodlame lwasekhaya) nichaza i-VAW "njengokuphulwa kwamalungelo abantu kanye nohlobo lokubandlululwa kwabesifazane" futhi ichazwa ngokuthi "zonke izenzo zobudlova obusekelwe ngokobulili ziholela ekulimaleni komzimba, ngokobulili, ngokwengqondo, noma ngokwezomnotho noma ekuhluphekeni kwabesifazane, kufaka phakathi izinsongo zezenzo ezinjalo, ukuphoqelelwa, noma ukuphucwa inkululeko, kungakhathaliseki ukuthi zenzeka emphakathini noma ekuphileni kwangasese".[1][2]

  1. https://medicamondiale.org/en/violence-against-women/causes-and-consequences
  2. https://medicamondiale.org/en/violence-against-women/causes-and-consequences