Zulu Lesson Temp
Zulu Lesson Temp
4.3. IZIHLOKO:
• Inkondlo
4.4 UM(IMI)PHUMELA WE(YE)SIFUNDO:
4.4.1 EKUQALENI 4.4.2 NGASEKUGCINENI
Ulwazi oseluvele lukhona Ulwazi oseluvele lukhona
-Ekuqaleni kwalesi sifundo abafundi kumele -Ekugcineni kwesifundo abafundi kumele bazi
babe sebazi ukuthi iyini inkondlo. ukuthi inkondlo ihluzwa kanjani.
Amakhono Amakhono
-Ekuqaleni kwalesi sifundo abafundi kumele -Ekugcineni kwesifundo abafundi kumele
babe sebazi ukwehlukanisa Phakathi bakwazi ukuhlukanisa phakathi kokuqukethwe
kwesakhiwo sangaphandle kanye nesakhiwo esakhiweni sangaphandle senondlo
sangaphakathi senkondlo. nokuqukethwe esakhiweni sangaphakathi
senkondlo.
Ubugugu
-Abafundi kumele babesebazi izinhlobo Ubugugu
ezahlukahlukene zenkondlo. -Abafundi kumele bazi ukuthi hlobo luni
lwenkondlo lolu.
5. UBUFAKAZI BOKUFUNDISA
5.1 IZIKHALI 5.2 INHLOSO 5.3 INDLELA YOKUHLOLA
ZOKUHLOLA
x Umsebenzi Eyisisekelo Nguye
wasekhaya/ x Ethuthukisayo Nguntanga
wasekilasini Efingqayo x Nguthisha
Ukubheka Usomaciko/Ngosomaciko
Ikhasi Umzali
Lokusebenzela Omu(Aba)nye u(o)thisha
Amaribhriki
Izivivinyo
Iphrojekthi / i-
asayinimenti
Ijenali
Ezinye
(cacisa):
6. AMAZINGA ESIFUNDO:
OKUQUKETHWE
6.1 INDIKIMBA (Okuqukethwe; umqondo osemqoka):
➢ “Ubuciko bomlomo”
6.2 ISINGENISO (Isikhathi esinikeziwe imizuzu………….)
➢ Uthisha uzoqala isifundo sakhe ngokujeqeza emuva ebuze abafundi ukuthi yini
ebakukhumbulayo ngokuhluza inkondlo nokuthi isakhiwo sangaphandle nesakhiwo
sangaphakathi senkondlo siqukethe ini ukuze ahlole ulwazi lwesifundo esidlule.
6.3 UKUTHUTHUKA (Isikhathi esinikeziwe imizuzu………….)
➢ Uthisha uzonika abafundi imogomo yokuhluza inkondlo ukuze abafundi baqondisise kahle
inkondlo.
-Isihloko: Sifinyeziwe. Okwami nawe okwezandla, ukube okwezinyawo ngabe kuyahamba. Lapha
imbongi ijeqeza emuva iqhathanisa okuhle okwenzeka kudala nokubi okwenzeka manje.
➢ Uthisha uzohlaziyela abafundi inkondlo abachazele namagama alukhuni ngomugqa nomugqa:
1. Yeka: Imbongi idabukile emoyeni izwa ubuhlungu. Singumthala: usu lwenkomo
olungumvinqo oluyisicubu. Isicubu: Inyama engenamathambo- imbongi igqamisa ukuthi
yona nesithandwa sayo babemunye beyimbumba.
2. Sibumba: sakha/sikhanda. Amancoko: amahlaya- imbongi igqamisa ukuthi babejabula
behleka bethandana, uthando lwabo lunentokozo nemfudumalo.
3. Siqwebulana: ukuhlahla amehlo. Amaqaphelo: amehlo- isifengqo esiyisihlonipho.
4. Sijubalala: ukundiza. Kwelezimbili- igqamisa uthando olumsulwa, oluqotho. Izinyoni-
ukugqamisa isimilo sothando lwabo.
5. Liyidliva: lina ngamandla. UZamcolo: imvula enkulu edala umonakalo- igqamisa ukuthi laba
ababili bayakwazi ukuxazulula izinkinga eziqhamukayo.
6. Sifumane: ukuthola. Imvunge: umsindo osamculo ongazwakali kahle. Emtoti: into emnandi.
7. Okwamathe nolimi: sibumbene/simunye. Leli binza ligqamisa uthando lwabo.
8. Yeka mina nawe: Ukugqizelela inhliziyo ebuhlungu futhi ukusetshenziswa kwempindwa.
9. Sitibila: ukuzabalaza nokusebenza kanzima- imbongi iphindaphinde leligama ukugqamisa
ukuthi abahlulwanga izinkinga zabo.
10. Simanzi manye:siyinto eyodwa. Siya nganxanye: Siphokophele endaweni eyodwa
(Impindwamqondo). Ifanamsindo (Ifanangwaqa u-si-egameni elithi simanzi. Lakha umgqumo
omnandi oyisigqi uphinde ugqamise ukubambisana nokusebenza ngokuzikhandla.
11. Bukhona ubudlelwano phakathi kwalezi zilwane ezimbili:
• Zihamba zingumshungu- izitha zembongi zihlala ndawonye.
• Ziyasineka- ihansi linamazinyo mbumbulu emlonyeni uma ulibuka sengathi liyahleka
(imbongi iyahlekwa izitha zayo)
• Izilwane ezibanga umsindo
• Zimbi uma uzibuka
3.IMIPHUMELA EQOKIWE:
4.3. IZIHLOKO:
4.4 UM(IMI)PHUMELA WE(YE)SIFUNDO:
4.4.1 EKUQALENI 4.4.2 NGASEKUGCINENI
Ulwazi oseluvele lukhona Ulwazi oseluvele lukhona
-Ekuqaleni kwalesi sifundo abafundi kumele -Ekugcineni kwesifundo abafundi kumele bazi
babe sebazi ukuthi iyini indaba. ukuthi iyini indaba eqhathanisayo.
Amakhono Amakhono
-Ekuqaleni kwalesi sifundo abafundi kumele -Ekugcineni kwesifundo abafundi kumele babe
babe sebazi ulimi olulindelekile ekubhaleni sebewazi ukubhala indaba eqhathanisayo
indaba. ngoulandela imigomo yayo.
Ubugugu Ubugugu
-Abafundi kumele babesebazi ukuthi kubaluleke -Abafundi kumele bazi ukuthi ubaluleke ngani
ngani ukubhala indaba. ukwazi ukubhala indaba eqhathanisayo.
5. UBUFAKAZI BOKUFUNDISA
5.1 IZIKHALI ZOKUHLOLA 5.2 INHLOSO 5.3 INDLELA YOKUHLOLA
X Umsebenzi
wasekhaya/wasekilasini Eyisisekelo
Ukubheka X Ethuthukisayo
Ikhasi Efingqayo Nguye
Lokusebenzela Nguntanga
Amaribhriki X Nguthisha
Izivivinyo Usomaciko/Ngosoma
Iphrojekthi / ciko
iasayinimenti Umzali
Ijenali Omu(Aba)nye
Ezinye (cacisa): u(o)thisha
6. AMAZINGA ESIFUNDO:
OKUQUKETHWE
6.1 INDIKIMBA (Okuqukethwe; umqondo osemqoka):
➢ “Ukubhala ngobuciko”
➢ Uthisha uzoqala isifundo sakhe ngokubuza abafundi ukuthi yini abayaziyo ngendaba
eqhathanisayo, ukuze uthisha abone ukuthi ingabe abafundi basayikhumbula yini
imigomo yokubhala indaba.
➢ Uthisha uzocela abafundi abaqonde kangcono isifundo bachazele labo abasalele emuva.
4.3. IZIHLOKO:
➢ Inkondlo
4.4 UM(IMI)PHUMELA WE(YE)SIFUNDO:
Amakhono Amakhono
-Ekuqaleni kwalesi sifundo abafundi kumele -Ekugcineni kwesifundo abafundi kumele
babe sebazi ukwehlukanisa Phakathi bakwazi ukuhlukanisa phakathi kokuqukethwe
kwesakhiwo sangaphandle kanye nesakhiwo esakhiweni sangaphandle senondlo
sangaphakathi senkondlo. nokuqukethwe esakhiweni sangaphakathi
senkondlo.
Ubugugu
-Abafundi kumele babesebazi izinhlobo Ubugugu
ezahlukahlukene zenkondlo. -Abafundi kumele bazi ukuthi hlobo luni
lwenkondlo lolu.
5. UBUFAKAZI BOKUFUNDISA
6. AMAZINGA ESIFUNDO:
OKUQUKETHWE
6.1 INDIKIMBA (Okuqukethwe; umqondo osemqoka):
➢ “Ubuciko bomlomo”
6.2 ISINGENISO (Isikhathi esinikeziwe imizuzu………….)
➢ Uthisha uzoqala isifundo sakhe ngokujeqeza emuva ebuze abafundi ukuthi yini
ebakukhumbulayo ngokuhluza inkondlo nokuthi isakhiwo sangaphandle nesakhiwo
sangaphakathi senkondlo siqukethe ini ukuze ahlole ulwazi lwesifundo esidlule.
6.3 UKUTHUTHUKA (Isikhathi esinikeziwe imizuzu………….)
➢ Uthisha uzonika abafundi imogomo yokuhluza inkondlo ukuze abafundi baqondisise kahle
inkondlo.
UMQONDO WENKONDLO.(ngokwezitanza )
Isitanza soku-1
Imbongi kulesi sitanza ibabaza ubukhulu bolwandle futhi iyasho ukuthi akekho
oluqondayo.ngisho ngisho asebempunga impela abaluqondi
Isib. Uyimpicabadala yebuya siziba
Imbongi iyaluchaza ukuthi uma ungena luya ngokuya lushona phansi
Yikho ize yasebenzisa impindwa ethi:
Kuya ngokuya okwakho ukujula
Kuya ngokuya okwakho ukudepha
Imbongi ize iluncome ngokuthi ilufanise nesicoco okusho ukuthi ulwandle luwuzungeze
wonke umhlaba lwawuthi gimbici.Imbongi ithi mayibuka ulwandle ilubone lungathi
luthintana nesibabhakabka.Yikho ithi:
Sekuphuthazana uhlaza nohlaza
Iyalubongela ukuthhi luyadela ngokushona/ngokujula kangaka.
Isitanza sesi-2
Kulesi sitanza imbongi iveza ukuthi iyakwesaba lokhu kuzotha(ukucweba) kolwandle uma
lulubuka phakathi le lube lungenza noma yini uma seluthanda.uthi kunyakaza amagagasi
kuphela ngasekuqaleni kwalo awafanisa nezinwele ethi:
Ukhephuzelisa unwele lwakho kuphela
Ufanisa ubumhlophe bamagagasi njengesihluthu sezinwele zetshitshi lomlungu imbongi
eyalibona libhushuzela longena olwandle, lobhukuda kuze libalekele ukushisa kwelanga.
‘Wena owabona isihluthu setshitshi lomlungu,
Engilibone libhushuzela liza kuwe,
Lithi ligone ulifihlele abakwaLanga,’
Isitanza sesi 3.
Kulesi sitanza imbongi incoma ulwanndle ngokukhusela izinhlobonhlobo zezilwane
ezitholakala ekujuleni kolwandle .Ithi khona
ezingenamlenze,ezingenandlebe,ezingenampondo,okupheshezayo
nokuputshulukayo.Imbongi ibona izinkulungwane ezigcwele la emhlabeni zezilwane
zingelutho kunalezi ezikumanzikazi olwandle.uthi: ungathi lufisa ukubukwa
Ziyini izinkulungwane zemihlambi yakwaMhlaba,
Lulezo zigidigidi zawochibidolo bakho manzi,
Ongasho ngazuukuthi Zulu ngibukeni!’
Isitanza sesi 4
Kulesi sitanza imbongi ibuka imisha nemihoshana egijima amanzi onke ejahe olwandle
oluhlale luluhle njalo lucwebile yikho imbongi ithi:
Zizoviva kucengece wesigcawu sakho ,Manzi,
Imbongi ithi kulobu bukhulu bolwandle kodwa aluzikhukhumezi.Ithi abantu bayakwazi
ukusebenzisa ulwandle ngesinyelela bethole nokudliwayo kulo ulwandle kodwa
masebebonga abantu babonge kwaZulu nalapho ulwandle alukhwelezi
‘ Izindedana zakwaMhlaba nxa zibika indlala,
Uzondluziphuzise amanzi ngomnyelela,
Nxa seziyobonga kwaZulu kawukhwelezi.’
Isitanza sesi- 5
Imbongi icela uMdali ukuba ayiphe lokhu kujula okunjengolwandle oluthi lunakho
konke,namandla onke kodwa lusimze luzibeke phansi ,lungazikhukhumezi,Imbongi ifisa
ukuhlale iphansi ingaziqhayisi ngenakho kwabanye abantu.
. ‘Ngijulise nami, Nkosi;
Nkinsela ozishaya impabanga.’
UMOYA WENKONDLO
Umoya wokuncoma .Imbonga incoma ulwandle ibheka ukujula kwalo.Ibheka nokuthi akekho
ngisho omdala kangakanani ongachaza ulwandle.
Ithi :Uyimpica badala yebuya siziba.
Imbongi incoma nokuzotha kolwandle lapho olubonakaka luthule kuvela amagagasi alo
kuphela.
(niyakwesaba ukuzotha kwakho Nzothile ).
Imbongi ibuye iveze ukuthi olwandle khona yonke inhlobo yezilwane ize ibale:
ezingenamlenze , eziputshulukayo,ezingenandlebe nezingenampondo.Imbongi iyaluncoma
ukuthi lezi zilwane zihlala ekujuleni kolwandle
(Uyadela,siziba ngokufuyelekujuleni )
Imbongi yonke imihosha nemihoshana ithelela olwandle kodwa aluzikhukhumezi ngalokho
-izindwendwe zamabutho akwaManzini;
Ziphulukundlela ngemihosha nemihoshana.
Igcina isicela kuMdali imbongi ukufana nolwandle,izothe,ingazigqayisi ngenakho futhi
imukele izinhlobonhobo zabantu ikwazi ukuphila nabo.
INDIKIMBA
Indikimba yale nkondlo :IMVELO
Imbongi ibuka izimanga zolwandle oluyimvelo kaMdali.Imbomga ibuka ukungaqondakali
kwalo ukuthi luyisimo sini ize ithi:uyimpicabadala yebuya siziba.Ithi uma ibuka ukujula
kwalo igcina ibuka kuyisimangaliso.Imbongi ithi mayibuka ulwandle le kude ibone luluhlaza
sengathi luhlangana nesibhakabhaka yikho ize ithi: Sekuphuthazana uhlaza nohlaza
Imbongi iyakutusa nokuzotha kolwandle ize ithi : Ngiyakwesaba ukuzotha kwakho
Nzothela.. Kulesi siziba esiwulwandle imbongi iluncoma ukufuya izilwane ezihlukene
eziphia ekujuleni kwalo,imbongi ithi kunezilwane ezihuquzelayo,ezingenampondo
ezihuquzelayo njll.imbongi ibuka nemihosha nemihoshana eholoba ibheke olwandle
olucwebile ithi:
Izindwendwe zamabutho akwaManzuni
Ziphulukundlela ngemihosha nemihoshana,
Zizoviva kucengece wesigcawu sakho, Manzi
Kukho konke lokhu okwenziwa ulwandle okukhulu kangaka ithi kodwa ulwandle
aluzikhukhumezi ngobukhulu balo.Imbongi ize ifise ukujula okunjengolwandle oluthi lunayo
yonke into ,lunamandla okwenza noma yini kodwa aluzithobe
‘Ngijulise name,Nkosi
Nkinselezishayimpabanga.’
ULIMI
Izithombe magama./Imifanekiso mqondo
Inzwa yokubona
Kwesakho isibaya kuyeqana kuyaphithizela.
Inzwa yokulalela
Lithi ligone ulifihlelabakwaLanga.
Inzwa yokuthinta
Kuya ngokuya okwakho ukujula,
Inzwa yokunambitha .
Uzondluziphuziseamanzi ngomnyelela,
Ukwenzasamuntu.
3.IMIPHUMELA EQOKIWE:
4.3. IZIHLOKO:
➢ Ukufingqa
4.4 UM(IMI)PHUMELA WE(YE)SIFUNDO:
4.4.1 EKUQALENI 4.4.2 NGASEKUGCINENI
Ulwazi oseluvele lukhona Ulwazi oseluvele lukhona
-Ekuqaleni kwalesi sifundo abafundi kumele
babe sebazi ukuthi kuyini ukufingqa.
-Ekugcineni kwesifundo abafundi kumele bazi
Amakhono ukuthi sifingqa kanjani kulimi lwesiZulu
-Ekuqaleni kwalesi sifundo abafundi kumele Amakhono
babe sebazi ukwehlukanisa phakathi kokufingqa -Ekugcineni kwesifundo abafundi kumele
olimini lwesiNgisi kanye nasolimini lwesi Zulu bakwazi ukuhlukanisa phakathi kwenkulumo
enencazelo eqondile kanye nenkulumo
Ubugugu enencazelo ecashile.
-Abafundi kumele babesebazi ukubaluleka
kokufingqa indaba eyisiqeshane ngamafuphi. Ubugugu
-Abafundi kumele bazi ukuthi yiyiphi imigomo
esiyisebenzisayo ukufingqa indatshana.
5. UBUFAKAZI BOKUFUNDISA
5.1 IZIKHALI 5.2 INHLOSO 5.3 INDLELA YOKUHLOLA
ZOKUHLOLA
Iphothifoliyo
Ukubheka Eyisisekelo
Ikhasi Ethuthukisayo
Lokusebenzela Efingqayo Nguye
Amaribhriki X Nguntanga
Izivivinyo X Nguthisha
Umsebenzi Usomaciko/Ngosoma
X wasekilasini/wasekhaya ciko
Ijenali Umzali
Ezinye (cacisa): Omu(Aba)nye
u(o)thisha
6. AMAZINGA ESIFUNDO:
OKUQUKETHWE
➢ “ Ukufinyeza”
➢ Lapha uthisha uzoqala isifundo sakhe ngokubuza abafundi ukuthi ingabe benza njani uma
befuna ukuxoxela abangani/ontanga babo indaba ende eyenzeke ngempelasonto ukuze uthisha
aqonde ukuthi abafundi bacabangani.
❖ CAPS idokhumenti
❖ Ibhodi
❖ Iguguli