Isizulu P3 June2022 Qp&memo
Isizulu P3 June2022 Qp&memo
2022
AMAMAKI: 100
IMIYALELO KWABAHLOLWAYO
ISIQEPHU A: INDABA
UMBUZO 1
1.6.1
1.6.2
1.6.3
AMAMAKI ESIQEPHU A: 50
UMBUZO 2
2.4 I-INTHAVYU
2.6 ISIBUYEKEZO
AMAMAKI ESIQEPHU B: 50
AMAMAKI ESEWONKE: 100
2022
UMHLAHLANDLELA WOKUMAKA
AMAMAKI: 100
QAPHELA:
Ngaso sonke isikhathi sebenzisa irubhrikhi uma umaka umbhalo wokuziqambela (Iphepha lesi-3, ISIQEPHU A).
Amamaki ukusuka ku: 0–50 ahlukaniswe ngokwamazinga amahlanu ngokwezinkomba.
Okubonwa ngakho: okuqukethwe nolimi, inkomba ngayinye kumazinga amahlanu ihlukaniswe izingxenye ezimbili kuye ngokwabiwa
kwamamaki. Kunengxenye engenhla kanye nengezansi.
Isakhiwo sona asithinteki ekuhlukaniseni ngokwezingxenye. Ayikho ingxenye engenhla noma engezansi.
AMARUBHRIKHI OKUHLOLA I-ESEYI ULIMI LWASEKHAYA [AMAMAKI ANGAMA-50]
ze-eseyi enembayo nendaba nehlabahlosile -Imibono iyalandelana -Imibono ithanda ukuba ngesihloko
-Imibono ekhombisa -Ihleleke kahle kakhulu ngokusendimeni futhi nhlakanhlaka futhi -Akuhambisani nesihloko
ukuvuthwa komqondo kanye kanye nokulandelana iyamukeleka iyadida futhi akufanelene
nokukhalipha (nokuxhumana) -Kukhona okukhomba -Ukuhlela kanye -Akuqondene nesihloko
-Ikhombisa ikhono lokuhlela kubandakanya isingeniso, ukuhlela kanye nokulandelana akukho futhi kuphithene
kanye nokulandelana umzimba kanye nesiphetho nokulandelana
(nokuxhumana) kubandakanya (nokuxhumana)
isingeniso, umzimba kanye kubandakanya isingeniso,
nesiphetho umzimba kanye nesiphetho
Ingxenye engenhla
Ithoni, irejista, isitayela, kakhulu nenhloso, nenhloso, izethameli kanye nenhloso, izethameli ngokungagculisi aluhambisani nenhloso,
izethameli kanye nesimo nesimo kanye nesimo nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo
ulwazimagama
-Ulimi lukhombisa -Ulimi lufanelekile kanye -Ukusetshenziswa kolimi kanye nesimo -Ulwazimagama luncane
kuyahambisana ukuzethemba, nokusetshenziswa ukudlulisa umqondo -Ukusetshenziswa kolimi kakhulu okwenza kube
nenhloso/umthelela kanye luyancomeka kakhulu kwethoni ngendlela kusendimeni ukudlulisa umqondo lukhuni ukuqonda
nesimo, -Ithoni ekhomba ukuphoqa efanelekile -Ithoni ifanelekile akugculisi
ukukhethwa kwamagama, kanye namasu obuciko -Kunamaphutha ambalwa -Kusetshenziswe amasu -Ithoni nephimbo
ukusetshenziswa kolimi, obunembayo ohlelweni kanye nesipelingi obuciko ukukhulisa akugculisi
izimpawu zokuloba, uhlelo, -Akunamaphutha sanhlobo -Ibumbeke kahle kakhulu okuqukethwe -Kusetshenziswe amasu
isipelingi ohlelweni kanye nesipelingi obuciko ngokungagculisi
-Ikhombise ikhono ukukhulisa okuqukethwe
eliphezulu lokubumba
AMAMAKI AYI-15
13 10 7 4
-Ulimi lukhombisa -Ulimi luyahambisana futhi -Ukusetshenziswa kolimi -Ukusetshenziswa kolimi
ukuzethemba, lufanelekile okusendimeni okunamaphutha
luyancomeka kakhulu -Ithoni iyahambisana futhi nokungahlangani -Imisho enhlobonhlobo
engezansi
ISIQEPHU A: INDABA
UMBUZO 1
AMAMAKI ESIQEPHU A: 50
AMARUBHRIKHI OKUHLOLA UMBHALO OMUDE ODLULISA UMYALEZO ULIMI LWASEKHAYA [AMAMAKI ANGAMA-25]
INCWADI YOBUNGANI/UMLANDO KAMUFI/I–AJENDA NAMAMINITHI OMHLANGANO/I–INTHAVYU/INCWADI YAKOMKHULU/ISIBUYEKEZO
AMAMAKI AYI-10
UMBUZO 2
OKULINDELEKILE
2.1 INCWADI YOBUNGANI
Iba nekheli elilodwa lobhalayo.
Ikheli lihamba nosuku. (4 Nhlolanja 1981, 4 Febhruwari 1981,
4-02-1981, 1981-02-04)
Isibingelelo asiveze ubuhlobo noma umgagule ngegama isibonelo:
Khwezi
Isingeniso: siba sifushane. Asikhombise ubuhlobo obukhona phakathi
kwababhalelanayo kanye nenhloso.
Umzimba: umayelana nokududuza umngane wakhe ongasakwazanga
ukuthatha iholidi.
Isiphetho: kumele ohlolwayo aphethe. Angaveza ukuthi uyathemba ukuthi
umngani wakhe usazolithola elinye ithuba lokuba avakashele phesheya
njengezifiso zabazali bakhe. Khonza kubo bonke ekhaya.
Makavalelise akhombise ubuhlobo angasifaki isibongo. isb.
Yimina umngani wakho
uMbuso [25]
1. Ukuvula
2. Amazwi okwamukela
3. Abakhona nezixoliso
4. Ukufundwa kwamaminithi omhlangano odlule
5. Ezivuka emaminithini
6. Ezosuku/Ezintsha: Ukuvuselelwa komtapo wolwazi.
6.1 Ukukhethwa kwekomiti elizosebenzisana nesikole ukunxenxa
abazonikela.
6.2 Izindlela ezizosetshenziswa ukuqongelelwa kwemali.
6.3 Ukusebenzisana neminye iminyango kahulumeni kanye
nezinhlangano zikahulumeni ezizimele.
7. Ezingxube/Ezixubile
8. Umhlangano olandelayo
9. Ukuvala
[25]
2.4 I-INTHAVYU
2.6 ISIBUYEKEZO
Isihloko: masiveze ukuthi isibuyekezo simayelana nani
Umzimba: ohlolwayo makaveze la maphuzu abhekise kulo mcimbi
wokuhalalisela ababambe iqhaza kuma-Olimpiki yemidlalo enhlobonhlobo.
abahleli bomcimbi, abaxhasi bomcimbi, abadidiyeli.
o Imininingwane yohlobo lomcimbi.
o Uthathe isikhathi esingakanani
o Imininingwane yabahleli nabaxhasi bomcimbi
o Usuku owawenziwe ngalo.
o Isibuyekezo somcimbi ngamafuphi kanye nokuphawula ngabantu
ababesohlelweni.
o Ukuphawula ngokuhle kanye nokungekuhle ngokwenzeka emcimbini.
Isiphetho sesibuyekezo: Makuvele umbono wohlolwayo ngalo mcimbi.
Angancoma noma agxeke. [25]
AMAMAKI ESIQEPHU B: 50
AMAMAKI ESEWONKE: 100