Ibanga 11 Juni 2024 p2 Mg.
Ibanga 11 Juni 2024 p2 Mg.
Ibanga 11 Juni 2024 p2 Mg.
SENIOR CERTIFICATE
IBANGA 11
IMIKLOMELO :80
6. Imibuzo emide
Uma ohlolwayo ephendule umbuzo omude waba mfushane kunenani lamagama
elinikeziwe, ungamephuci amamaki ngoba vele usezephuce yena. Uma
impendulo iyinde kakhulu maka ubheke umqondo oqukethwe impendulo.
Sebenzisa irubhriki eyisingezelelo A no B ukumaka nokunikeza amamaki
ombuzo omude walowo ohlolwayo.
7. Imibuzo emifushane
Uma ohlolwayo engasebenzisi omacaphuna (inverted commas) uma ecelwe
ukuba acaphune, ungamephuci amamaki.
ISIQEPHU A: IZINKONDLO
IsiZulu Ulimi Lwasekhaya 3 Limpopo DoE/Nhlaba 2024
Umhlahlandlela wokumaka webanga le-11
IZINKONDLO EZIMISELWE
UMBUZO 1(UMBUZO OMUDE)
UYAJABULA YINI? _M Zulu
Impendulo yomfundi mayibhekiswe kulokhu okulandelayo:
Umfundi akachaze imifanekisomqondo kanye nomoya wenkondlo.
Umfundi akaxoxe ngekhono lembongi ngokusetshenziswa kwemifanekiso mqondo
ukugqamisa umoya wenkondlo.
Umfundi makaveze uvo lwakhe(isiphetho)
Isingeniso
Imifanekisomqondo /izithombemagama
Yilawo magama asetshenziswa yimbongi ukwakha isithombe esithile ukuveza umoya
wenkondlo(isimo ekusona). Lamagama angathinta
izinzwa(eyokubona,eyokuzwa,eyokunambitha,eyokuthinta kanye neyohogela), athinte
izimo zokukhuluima okuyizaga, izisho kanye nezifengqo.
Kuphinde kube ulimi olunothile/olucebile olubeka ngendlela ecashile.
Umoya
Indlela imbongi azizwa ngayo ngenkathi ebhala/ehaya inkondlo(isimo imbongi esuke
ikuso esidalwa ukusetshenziswa kwagama anamava/ajulile, enza ukuthi umuzwa
womyalezo udluliseke ngendlela inkondlo esho ngayo/ebhalwe ngayo)
Imbongi isebenzise lamagama alandelayo ukugqamisa umoya wenkondlo.
Umzimba
Ibinza loku-1
Bebuthene- Umfanekisomqondo wokubonakalayo, imbongi igqamisa umoya
wokukhathazeka behlangene ndawonye behlanganizwe ukukhala/isililo esibafikele.
Ibinza lesi-3
Kuxabene ubendle- Isisho esichaza ukuhilana (ukuxabana) kwabantu kungabilula
nokuthola izixazululo.
Ibinza lesi-4
Zisele dengwane- Isisho esichaza ukuthi usala ungenabani/kunganambheki.
Amankentshane- Isingathekiso esichaza izigebengu. Imbongi ikhathazekile
ngezingane ezisele zodwa ziyizintandane zingenambheki/ zingenamkhuzeli.
Kuwo wonke amabinza imbongi ibe ilokhu iphindaphinda umbuzombumbulu
Uyajabula yini?`.Ukuzwakalisa umoya wokugxeka umbulali ongadeli ukubulala
abantu noma usizi selungaka.
Isiphetho
Imbongi iphumelele kahle ukukhetha amagama afanele ekwethuleni umoya
wokukhathazeka kanye nowokugxeka umbulali ngendlela ahlasela ngayo abantu
engabi nazwelo.
(10)
ISIQEPHU : B INOVELI
UMBUZO 6 (UMBUZO OMUDE)
ZIHLANGENE PHEZULU- MB SIBANYONI
UThuthukani akethembeki
o uThuthukani ulala noThembekile uze uyakhulelwa, uyaphika unikeza izizathu
ezimbili
Ngeke intombazane yabamba isisu ngosuku olulodwa,
Ubengeyedwa kuThembekile ngakho-ke ngeke amukele icala angalazi.
Lokhu kungethembeki kwendoda ewuThuthukani kwenza kudicileleke
nesithunzi sabantu besifazane.
ULetheni akethembeki.
o uLetheni ungunkosikazi ongeke wamethemba:
Uyehluleka ukweseka umyeni wakhe ngenkathi elahlekelwa umsebenzi.
IsiZulu Ulimi Lwasekhaya 9 Limpopo DoE/Nhlaba 2024
Umhlahlandlela wokumaka webanga le-11
UThembekile akethembeki
o Wabulala isoka lakhe Mthavuna.
o Waphoqa uLetheni ukuthi asayine amaphepha edivosi kuze azothola izimali
zomshwalense zikaThuthukani.
o Ubengumngani wenkosikazi kaThuthukani uLetheni besakhula (ngeminyaka ye -
1976) kodwa wakwazi ukuya ocansini noThuthukani owayeyisoka likaLetheni
ngenkathi kuyiwa emcimbini kaThulebona osewashona.
o Ushushumbisa izidakamizwa futhi ungusomaqhinga:
Ugxisha izidakamizwa esikhwameni sikaLetheni ukuze amgudluze bese
ethola uThuthukani .
Akamnikanga kwamali leyo ayethenjiswe yona. Baningi futhi aseke
wabenza isilo sengubo wangabakhokhela ngomsebenzi wokudayisa
izidakamizwa. Lokhu kufakazela ukuthi uThembekile akanakho
ukwethemba komunye umuntu wesifazane.
o Ingane yakhe izibhuqabhuqa phansi ikhalela ugogo wayo uMathabethe
osevele waphela khona lapho ngemumva kokwazisa umyeni wakhe ukuthi
uMadoda akayona indodana yabo. uThembekile akayithulisi ingane uma ebona
kufa umuntu emthandayo phambi kwayo. Ukufa komuntu akuwona umdlalo
noma akuyona into elula. Uyasuka uyibamba ngesandla uqonda nayo
kuThuthukani . uyethula kuyise ngendlela engenalo uzwelo enganeni . Uthatha
uthi: Thuthukani nansi-ke intombazane yakho owayiphikayo.
UMathabethe akethembeki
o Uyisigebengu , untshontsha ingane yomfana esanda kuzalwa kaLetheni
esibhedlela abanjiswe yona ngoba uLetheni esacele ukuba athi shelele aye
endlini encane.
o Uyashabasheka ngenkathi uThembekile ethunjiwe usekhohliwe ukuthi naye
kukhona owesifazane amzwisa ubuhlungu ngenkathi entshontsha ingane,
umenzi uyakhohlwa kodwa umenziwa akakhohlwa.
IsiZulu Ulimi Lwasekhaya 11 Limpopo DoE/Nhlaba 2024
Umhlahlandlela wokumaka webanga le-11
Isiphetho
o Umbhali uphumelele ukusivezela indikimba yokungathembeki kulaba balingiswa,
uThuthukani,uThembekile,uLetheni,uMaThabethe kanye noSpikes.
AMAMAKI ESIQEPHU B: 50
AMAMAKI ESEWONKE : 80
IsiZulu Ulimi Lwasekhaya 14 Limpopo DoE/Nhlaba 2024
Umhlahlandlela wokumaka we-banga le-11
ISIQEPHU A: IRUBHRIKHI YOKUHLOLA UMBUZO OMUDE WOMBHALO WOBUCIKO: INKONDLO [AMAMAKI AYI-10]
ISIQEPHU B KANYE NESIQEPHU C: IRUBHRIKHI YOKUHLOLA UMBUZO OMUDE WOMBHALO WOBUCIKO: INOVELI
KANYE NOMDLALO [AMAMAKI ANGAMA-25]
Izinkomba Kuhle kakhulu Kuhle Kuyagculisa Akugculisi kahle Akugculisi nhlobo
OKUQUKETHWE
12-15 9-11 6-8 4-5 0-3
Ukuhunyushwa -Impendulo enembayo. -Ukhombisa ukuqonda -Ukuhumusha isihloko -Ukuhunyushwa -Ulwazi oluncane
kwesihloko -Impendulo enhle kakhulu. kanye nokuhumusha ngokugculisayo; akuzona kwesihloko akugculisi kakhulu lwesihloko
-Ukuhunyushwa isihloko kahle zonke izingxenye ezicaciswe kahle; kuthukela kuvela -Umzamo ontekenteke
Amaphuzu
kwesihloko okunzulu -Impendulo echaza kabanzi amaphuzu asekela wokuphendula umbuzo
anobunzulu,
-Amaphuzu ahlukene ngokwenelisayo -Kunamaphuzu ambalwa isihloko ngokucacile -Amaphuzu awanelisi
ukusekela kanye
anembayo nokusekela -Amanye amaphuzu amahle asekela isihloko -Amaphuzu ambalwa nhlobo
nokuqonda kabanzi
ithekisthi. okunembayo okususelwe anembayo kodwa -Amaphuzu ambalwa asekela isihloko -Ohlolwayo akanalo
embhalweni akusiwo wonke asekeliwe, kodwa ubufakazi -Amaphuzu amancane nhlobo ulwazi lwenoveli/
-Ulwazi oluhle kakhulu asekelwe ngendlela bubuye bungagculisi ahambisana nesihloko lobuciko bomlomo/
15 AMAMAKI lwenoveli/ lobuciko elindelekile -Ulwazi olungenele -Ulwazi oluncane lomdlalo.
bomlomo/ lomdlalo. -Ulwazi lwenoveli/ lwenoveli/ lobuciko lwenoveli/ lobuciko
lobuciko bomlomo/ bomlomo/ lomdlalo. bomlpmo/ lomdlalo.
lomdlalo luyabonakala.
ISAKHIWO KANYE
8-10 6-7 4-5 2-3 0-1
NOLIMI
-Isakhiwo silandelana -Isakhiwo esihle kanye -Isakhiwo siyabonakala -Isakhiwo sikhombisa -Ukungabibikho
Isakhiwo, ukugeleza kahle kakhulu namaphuzu ahleleke kancane amaphutha ekuhlelweni kwesakhiwo esihleliwe
-Isingeniso kanye kahle -Ukugeleza kanye kwaso kuphazamisa ukugeleza
okuhlelekile
nesiphetho okuhle -Isingeniso, isiphetho nokulandelana kwamaphuzu -Amaphuzu awahlelekile
kwamaphuzu kanye kwamaphuzu
kakhulu kanye nezinye izigaba kuyabonakala, kodwa kahle
nokwethula. -Amaphutha olimi kanye
Ulimi, ithoni kanye -Amaphuzu abekeke kuhleleke kahle kunamaphutha -Amaphutha olimi
kahle kakhulu futhi -Amaphuzu ageleza -Amaphutha olimi ambalwa; agqamile nesitayela esingalungile
nesitayela
athungelana kahle kahle ithoni kanye nesitayela -Ithoni nesitayela kwenza lo mbhalo
esisetshenzisiwe
-Ulimi ithoni kanye -Ulimi, ithoni kanye esisetshenzisiwe sifanelekile kusetshenziswe ungabi yimpumelelo
embuzweni omude.
nesitayela kukhombisa nesitayela kuhle. -Izigaba eziningi zibhaleke ngokungafanele -Ithoni nesitayela
ukuvuthwa, kuyancomeka kahle. -Ukuhleleka kwezigaba kusetshenziswe
10 AMAMAKI futhi kushaya emhlolweni. kunamaphutha.
ngokungafanele
-Ukuhleleka kwezigaba
kunamaphutha.
UKWABIWA
20-25 15-19 10-14 5-9 0-4
KWAMAMAKI