IsiZulu FAL P1 Feb-March 2017 Memo

Download as pdf or txt
Download as pdf or txt
You are on page 1of 7

NATIONAL

SENIOR CERTIFICATE

IBANGA LE-12

ISIZULU ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA (FAL)

IPHEPHA LOKUQALA (P1)

FEBRUWARI/MASHI 2017

IMEMORANDAMU

AMAMAKI: 80

Leli phepha linamakhasi ayi-7.

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 2 DBE/Februwari–Mashi 2017
NSC – Imemorandamu

ISIQEPHU A: ISIVIVINYO SOKUQONDISISA

UMBUZO 1

1.1 1.1.1 I-google.√ (1)

1.1.2 Okubili kwalokhu


 I-inthanethi.√/
 I-facebook.√/
 I-bbm.√/
 U-whatsapp.√/
 I-twitter.√/
 I-instagram.√ (2)

1.1.3 C√/Melika.√ (1)

1.1.4 Yingoba ususize abantu abaningi ngokuthi bathole abangani


nezihlobo abakade badukelana nazo.√ (1)

1.1.5 Ngesithombe esinobuso bakhe.√ (1)

1.1.6  Konga isikhathi nemali. √√/


 Kusiza ekuhleleni imicimbi ndawonye. √√/
 Izimemba zeqembu ziyakwazi ukuxoxa ziphendulane ngaleso
sikhathi.√ √ (2)

1.1.7 Okubili kwalokhu:


 Ukufaka izithombe. √/
 Ukubhala imiyalezo.√/
 Ukwakha amaqembu ahlukene.√/
 Ukukhangisa ngebhizinisi. √
(Nokunye okunembayo). (2)

1.1.8 Okubili kwalokhu:


 Ukuqophisana/Ukuphikisana nezimbangi zabo.√/
 Ukukhankasela amaqembu abo.√/
 Ukufaka amahlaya okugcina kubakhela abalandeli.√/
 Ukwakha ubudlelwane nabalandeli. √/
 Ukukhangisa ngeqembu. √ (2)

1.1.9 (a) Uthandwa kakhulu.√√/Uthandwa yiwo wonke umuntu.√√/


Usetshenziswa kakhulu.√√ (2)

(b) Ayikho into engenabo ububi bayo.√√ (2)

1.1.10 Yebo, ngoba wonke umuntu ekhaya usuke esebenzisa ifoni yakhe
engamnakile omunye.√√ (2)

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 3 DBE/Februwari–Mashi 2017
NSC – Imemorandamu

1.1.11  Izigebengu zithola kalula imininingwane yomuntu ku-akhawunti


yakhe ayisebenzisa ezinkundleni zokuxhumana. √
 Abanye bazenza abangani bese becela ukuba nibonane ngoba
befuna ukufeza izinhloso zabo √
(Nokunye okunembayo). (2)

1.1.12 Izimpendulo ziyokwehluka:

Imiyalezo noma izithombe ezithunyelwe ngezinkundla


zokuxhumana zingagcinwa ukusetshenziswa njengobufakazi.
(Nokunye okunembayo). (2)

1.1.13 Izimpendulo ziyokwehluka:

Isibonelo:
Yebo. Ukuze umuntu akwazi ukuzikhethela inkundla yokuxhumana
afuna ukuyisebenzisa ngaleso sikhathi asithandayo.√√

NOMA

Cha. Abanye abantu abazidingi zonke lezi zinkundla


zokuxhumana, bagcina ngokufona nokuthumela umyalezo (sms)
kuphela.√√
(Nokunye okunembayo). (2)
[24]

1.2 1.2.1 Okubili kwalokhu:


 Imihlobiso.√/
 Amabhaluni.√/
 Izipho.√/
 Abantu abeze emcimbini.√/
 Amatafula.√/
 Ukudla. √/
 Iziphuzo. √
 Umbhobho wokukhuluma. √ (2)

1.2.2 Yingoba balalele inkulumo eyethulwa nguyena uLanga.√√ (2)

1.2.3 Ukujabula, ngoba uyamamatheka/uyahleka.√√ (2)


[6]

AMAMAKI ESIQEPHU A: 30

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 4 DBE/Februwari–Mashi 2017
NSC – Imemorandamu

ISIQEPHU B: UKUFINGQA

UMBUZO 2

Amaphuzu angabhekwa:

Amaphuzu acashuniwe Amaphuzu alindelekile


1. 'Iyunifomu ikunika umdlandla 1. Umuntu uma egqoke iyunifomu
wokuzazi ukuthi ungubani futhi uyazazi ukuthi ungubani futhi uhloseni
ufunani ngempilo yakho.' ngempilo yakhe.
2. 'Abantu uma sebegqoke iyunifomu 2. Iyunifomu yenza amazinga emvelaphi
angeke ukwazi ukuhlukanisa ukuthi yabantu afane kungabikho
ubani ongcono kunomunye.' ukucwasana.
3. 'Umuntu oneyunifomu uyasigcina 3. Iyunifomu yenza ungabi nesikhathi
isikhathi ngoba akanayo inkinga osichithayo futhi ungaxakeki
yokuthi uzogqokani.' ngozokugqoka.
4. 'Iyunifomu iyakusiza ukukuvikela 4. Akulula ukuthola izifo nokungcola
emzimbeni, ezifweni kwezimpahla zakho ngoba iyunifomu
nasezingutsheni zakho zokugqoka iyakuvikela.
ngesikhathi somsebenzi.'
5. 'Umuntu ogqoka iyunifomu wonga 5. Imali oyongayo ngokugqoka
imali nezimpahla zakhe zokugqoka iyunifomu ingakusiza ekwenzeni
zihlale zizintsha.' ezinye izinto.
6. 'Iyunifomu iyakusiza ukuba ube 6. Awubi namahloni okuthi ugqoke
nokuzethemba ikunika isithunzi kanjani ngoba iyunifomu ikunika
('dignity').' isibindi.
7. 'Lokhu kusiza ukuthi abasebenzi 7. Emsebenzini akekho obukela phansi
bazibone belingana futhi omunye ngoba nizibona nifana futhi
bemukelekile.' nilingana.

Ukufingqa kumele kumakwe ngale ndlela:


Ukwabiwa Kwamamaki:
 Amamaki ayi-7 ngamaphuzu ayi-7 (Iphuzu lilinye labelwa imaki elilodwa).
 Amamaki ama-3 abelwa ukusetshenziswa kahle koLimi.
 Isamba samamaki-10.

Ukwabiwa Kwamamaki Okusetshenziswa Kolimi Lapho Umfundi Esebenzise


Awakhe Amagama:
 Iphuzu eli-1 kuya kwama-3: Uklonyeliswa ngemaki eli-1.
 Amaphuzu ama-4 kuya kwama-5: Uklonyeliswa ngamamaki ama-2.
 Amaphuzu ayi-6 kuya kwayi-7: Uklonyeliswa ngamamaki ama-3.
 Umfundi makangaphucwa amamaki ngoba ecaphune amaphuzu njengoba enjalo.
 Makangaphucwa futhi amamaki ngoba efingqe ngesigaba.

Ukwabiwa Kwamamaki Okusetshenziswa Kolimi Lapho Umfundi Ecaphune


Njengoba Kunjalo Esiqeshini:
 Amaphuzu ayi-6 kuya kwayi-7: Akaklonyeliswa lutho.
 Iphuzu eli-1 kuya kwama-5: Uklonyeliswa ngemaki eli-1.

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 5 DBE/Februwari–Mashi 2017
NSC – Imemorandamu

QAPHELA:

Ukubalwa Kwamagama:

 Abamakayo kulindeleke ukuthi babale inani lamagama asetshenzisiwe.


 Awekho amamaki asuswayo uma umfundi engalibhalanga inani lamagama
asetshenzisiwe noma elibhalile kodwa kungesilona.
 Uma inani lamagama asetshenzisiwe leqile, omakayo kumele afunde wonke
umusho wokugcina ngaphezu kwenani lamagama elibekiwe awuqede, angabe
esakunaka okunye okuza emva kwalowo musho.

AMAMAKI ESIQEPHU B: 10

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 6 DBE/Februwari–Mashi 2017
NSC – Imemorandamu

ISIQEPHU C: UHLELO NOKUSETSHENZISWA KOLIMI

3.1 Ephephandabeni Isolezwe.√ (1)

3.2 Ukuheha√√/ukudonsa amehlo abantu.√√ (2)

3.3 Okubili kwalokhu:


 Thenga iphephandaba Isolezwe zonke izinsuku.√/
 Khipha ifomu yokungenela enezikhala zezithombe zezimoto eziyisi-5.√/
 Sika isithombe esinemoto njalo ngosuku usinamathisele.√/
 Faka ifomu ebhokisini elisehhovisi lephephandaba Isolezwe.√ (2)

3.4 A√/Imoto entsha.√ (1)

3.5 Ukuthumela amafomu amaningi/indathane.√√/Ukugcwalisa amafomu


amaningi uwathumele ehhovisi lephephandaba Isolezwe.√√ (2)

3.6 Izimpendulo ziyokwehluka: Yebo. Okukodwa kwalokhu:


 Angayithatha ayibeke imoto aze athole izincwadi zokushayela√√/
 Angayithengisa athole imali. √√/
 Isikhangisi asinayo imibandela emayelana nezincwadi zokushayela. √√
(Nokunye okunembayo). (2)
[10]

UMBUZO 4

4.1 Ukwakha izindlu.√ (1)

4.2 Ithi uZuka unemali eningi.√√/usenemali yonke.√√/ Uyisigwili√√/ uyisicebi.√√ (2)

4.3 Mfowethu sazilibazisa ngokuganga esikoleni, sadlala ngemali yabazali


namathuba.√√ (2)

4.4 Ikhaya elihlala izingane ezashonelwa abazali.√√/ Izingane ezingenabani.√√ (2)

4.5 C√/Amasokisi anezimbobo.√ (1)

4.6 Izimpendulo ziyokwehluka. Yebo. Okukodwa kwalokhu:


 Ngangiyolicela ngoba angisebenzi.√√/
 Ngoba hleze akayena umuntu omamba igqubu. √√

NOMA

Cha, ngangizoba namahloni okuthi ngangifunda naye futhi ngangimhleka


esikoleni.√√ (2)
(Nokunye okunembayo). [10]

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FA L)/P1 7 DBE/Februwari–Mashi 2017
NSC – Imemorandamu

UMBUZO 5

5.1 5.1.1 Umhlaba wonke uzolwa nokucwasa ngokobuhlanga.√/


Umhlaba wonke uyolwa nokucwasa ngokobuhlanga. √ (1)

5.1.2 Imfunjwana. (-nj-√, -ana-√) (2)

5.1.3 Abantu baseNingizimu Afrika bayacwaswa ngokobuhlanga.√ (1)

5.1.4 Nksz.√ (1)

5.1.5 D√/Ibizombaxa.√ (1)

5.1.6 Abalwela amalungelo abantu bayakugxeka ukucwasana.√√ (2)

5.1.7 Iqhude.√ (1)

5.1.8 Isibusiso√ (1)

5.1.9 (a) nse√ (1)

(b) mbo√ (1)

5.1.10 Bonke
Imisho iyokwehluka.
Isibonelo: Abafana bonke√ bafikile esikoleni. √ (2)

5.2 5.2.1 UCandice.√ (1)

5.2.2 UPrianca√, ngoba uthi inkolo yakhe ingcono kunazo zonke


izinkolo.√ (2)

5.2.3 (a) C√/i-Xenaphobia.√ (1)

(b) A√/Ukucwasa ngokobuhlanga.√ (1)

(c) B√/Ukucwasa ngokobulili.√ (1)


[20]

AMAMAKI ESIQEPHU C: 40
AMAMAKI ESEWONKE: 80

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha

You might also like